ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho emibi ngoba uma sithinta imvela sibulala ikusasa lethu. isibonelo kunezilwane ezabulawa zashabalala ngesingisi lesilwane kuthiwa i-dodo kwakuyinkukhu lena enkulu engangembuzi, yazingelwa yabulawa yashabalala. ocwepheshe bayakhala zonke izinsuku befuna lenkukhu, ingakho kumele siyiphathe kahle imvelo.
The bad effects of harming the nature, this is a grade 12 matric essay that is written in zulu, students are required to articulate of why it is bad to harm the nature, my example above include a bird that went extinct called dodo, if humans were not sarvages the bird would have still alive by today. Burning of chemicals destroys the ozone layer, which brings global warming which will harm us in the future, already we have a global warming.
Izilwane ziyafa ziphele uma singazinakekeli, uma imvelo singayinaki iyafa iphele, isibonelo, emasimini kufakwa izinto ezibulala izinambuzane lezozinto zibulala izinambuzane bese kuthi izilwane ezidla izinambuzane nazo zife ngoba azisenakudla. uma ubulala izinambuzane nezinyosi ziyafa, uma zifa izinyosi izithelo azikwazi ukubakhona ngoba izithelo zenzeka nge polunation lapho izinyosi zingena ezimbalini ezahlukene ukuze izimbali zibe nezithelo. Uma singesenazo izithelo sizodlani? izitshalo nezihlahla kumele sizihlenge ngoba izinyanga namaphilisi amanye akhiwa ngezihlahla uma zishabalala sizolashwa ngubani? izangoma sezingasakwazi ukuthola lawomakhambi?
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |